Lizzy, Lizzy, Lizzy, Lizzy
Akukho ntomb' engiyithandayo
Kuthi mangizule uma ngicabanga ngawe
Uyobuya nini
S'thandwa sami?
Angazi ukuth' uyazi na?
Ngiswelamaphiko be ngizondiza
Ngindizele phezulu ngize ngifike kuwe
Uyobuya nini
S'thandwa sami?
Lizzy Lizzy Lizzy S'thandwa sami
Akukho ntombi engiyithandayo
Kuthi mangizule uma ngicabanga ngawe
Uyobuya nini,
Uyobuya nini sithandwa sami?
S'thandwa sami.
Lizzy Lizzy Lizzy S'thandwa sami
Akukho ntombi engiyithandayo
Kuthi mangizule uma ngicabanga ngawe
Uyobuya nini Lizzy wami
S'thandwa sami.
Ngicabang'i bhasi, ngicabang'iTheksi
Ngicabang'isitimela kodwa sithatha kancane
Mala yikho sengizotheng'ibhanoyi
Uyobuya nini
S'thandwa sami?
Nkululeko Nxumalo
compositores: Alpheus Nkosi
Você é fã de Hugh Masekela? Gosta da letra da música?
Compartilhe com seus amigos.